Sekuuqubuke ingxabano ngengoma kaZahara engakaphumi esihloko sithi, Emva Kwendlu. Kule ngoma uhambisana nesihlabani uCsana, ogama lakhe langempela nguNonguquko Mlaza. UCsana
Umculi othandwayo wakuleli, uSjava usemkhankasweni zokuqhakambisa ikhono lakhe hhayi emculweni nje kuphela kodwa nasekulingiseni. Lo mculi, owahlonishwa ngendondo yeBET ngo-2018
Sekuphele isikhathi esingaphezudlwana nje konyaka uBabes Wodumo ashonelwa umyeni wakhe, uMandla ‘Mampintsha’ Maphumulo. UMampintsha washona ngoZibandlela ka-2022 kulandela ukuhlaselwa yisifo
Seyisuse umsindo ividiyo yengane efuna umatikuletsheni efike emcimbini wesikole ihamba ngemoto ethwala izidumbu. Yize kungakaqinisekiswa, kuvela ukuthi lo mfundi ngowaseWyebank
Owayengomunye babasakazi ababenedumela futhi abasiza iGagasi FM likhule, uZukiswa Vuthela odume ngelikaZookey Zarling, oseyisangoma manje usevuleleke ngokuhlushwa amadoda. Uthi njengoba
Kuyaye kuthiwe umlomo yishoba lokuziphungela kodwa kusaziwayo wakuleli, uKini Shandu lokhu akwenzeki ngendlela abecabanga ukuthi kuzokwenzeka ngayo. Yena usabathe uyaziphungela,
UTokollo noTumelo “Harry” Tshabalala, abangamadodana esihlabani somculo weKwaito esingasekho, uMandoza balungiselela imidlalo emibili emikhulu yokuhlonipha uyise. Le zelamani kumanje zilungela
UChidimma Adetshina ubelokhu esematheni kwi-X selokhu enqobe emqhudelwaneni kaMiss Universe Nigeria 2024 ngoMgqibelo. Nokho, akukhona nje ukunqoba kwakhe obekumenza abe
UChidimma Adetshina, owake wangenela uMiss South Africa, usenqobe isicoco sokuba nguMiss Universe, Nigeria 2024 omusha. U-Adetshina uthweswe umqhele emcimbini obungoMgqibelo
Ukube akazange acabange ukubheka isitatimende sasebhange kuqala, ngabe uhlukane no-R8 000 uSakhiseni “Skhevane” Mseleku ocula kuBafana BakaMgqumeni. Ngokwemibiko egcwele ezinkundleni
Owayeyingoduso kalowo owayenguMengameli wezwe kuleli, uJacob Zuma, uthi usekulungele ukutholela abakubo umkhwenyana njengoba kwaZuma kubhimbile. UNonkanyiso Conco wathusa abaningi kuvela
USonia Mbele ugcine ephumele obala mayelana namacala abhekene nawo okubalekela ukukhokha intela. Bekumele avele enkantolo yaseGoli nozakwabo kwezamabhizinisi ngoLwesithathu olwedlule
Selokhu athuthela eGoli uPenny Ntuli udlondlobala ngendlela encomekayo endimeni yezikaqedisizungu. Manje useshayela uhlelo olungena ngo-9 ekuseni kuya ku-12 emini kwiJozi
U-Angel Zuma, odume ngelikaNomkhosi emdlalweni Umkhokha: The Curse, uyashiya kulo mdlalo njengoba esethole ithuba eliyingqayizivele nje. Le ntokazi yaqala ukuthola
Umculi kaMaskandi, uKhuzani “Gatsheni” Ndlovu uqokwe emikhakheni ebalulekile emcimbini we-19th South African Traditional Music Achievement (Satma) Awards walo nyaka. Abaqokiwe